Thursday 31 January 2013

Ngicela i Love Back

Kwathi kugamanxa ihora lesihlanu ekuseni pheliyane ukutho, ngivuka kubhakubhakuza i heart strong. Ngiphume embhedeni ngivule umsakazo ngihlale ekhishini ngididle ukip kip phecelezi ama corn flakes. Khusanjalo ngisabanga ngawe kumane kudlale uNomalanga ka Zuluboy kanti vele nami bengisane vision yobuso bakh' emva kwe spoon ekhishini ngihleli ngicabanga ukuthi why impilo injena where did our relationship go wrong, where did I go wrong? Kanti kusanjalo kumane kukhale ucingo lwami phela i ringtone yami ka Zola - Uzubuye yamashaya edeep down imane ingikhumbuze lamazwi esilungu athi appreciate what you have before its gone and wena usuhambile seku late kodwa ithemba lisakhona yona i love back ngiyayifuna. Ngiwabonile amaphutha ami sengihlezi ngedwa endlini yangasese.

Sesikhuluma iqiniso wena Thandolwethu ngiyakudinga in my life, lendaba yokuvuka ngihlale ngicanga wena.  Angsakwazi nokuphuma khululeke namajita ngoba iyangidla lendaba yami nawe. Sengidabukisa okwendiya elingenastolo sadness and hunger for your love is all over my face. Ngiyakidinga back in my life Thandolwethu.
Ngyathembisa ukukuthanda ngalendleni edida unwabu lidlulwa izingane ze color blocking.
Uma futhi ngase ubuye kimi uthandolwethu Ngeke silokhu silufihla njengoglamour escratcher i airtime kaR5. Wena phela uyimbali yami iqhakaza entwasa hlobo isikhiye sokuvula iheart yakho ngisasiphethe, sengidinga.imvume nje yokusivula ngibuyisele uthandolwethu ndawonye.

Uyazi ngyakuthanda, manje nawe ngyabona nje ukuthi usangi drayisele usunqena ukusheshe usho ukuthi Themba ngyazi fela ngawe njoba nami ngizifela.
Mina Thandolwethu angiluphuphi uthando lwami ngawe ngiyalwazi lukhona. Angicabangi ukuthi ngyakuthanda kodwa ngyazi ngyakuthanda ingakoke ngi Ngeke ngiqambe amanga kuwe ngithi ngeke ngiphile ngaphandle kwakho, ngingaphile, ukuthi nje impilo ingaphileka kangcono nginawe.
Ngeke ngikuqambele amanga ngithi ayikho enye into engiyicabangayo ngaphandle kwakho ekubeni kukuningi okunye engikucabangayo, ukuthi nje imicabango enawe iyintokozo nenjabulo kimina.
Ngeke ngiqambe amanga ngithi akulaleki
ngicabanga wena, ukuthi nje ngilala kangcono
ngicabanga wena.
Ngeke ngiqamba amanga ngithi, ngendlela
engikuthanda ngayo ngingatshela umhlaba wonke ngoba angeke ngikwenze lokho, kodwa umhlaba ozozibonela wona ukuthi ngiyakuthanda. Ngalokho futhi ngizishaya isifuba.
Thandolwethu uthandwa imina wena. Ngicela uthandolwethu back.

10 comments:

  1. Kwase kungoluka maZondi yini uthandao lwase lufunwa back!

    ReplyDelete
  2. Nkosi yami. Nicela umcenge aze abuye. kubuhlungu ukulahlekelwa ukulahlekelwa ngumuntu omuthandayo. I know that feeling too well :-(

    ReplyDelete
  3. Ai mfana muv'on boy

    ReplyDelete
  4. This is a topic that's near to my heart... Take care! Exactly where are your contact details though?

    Feel free to visit my homepage - vakantiehuisjes frankrijk

    ReplyDelete
  5. WOW just what I was looking for. Came here by searching for
    decision-making

    my website: best Registry cleaner for windows 7

    ReplyDelete
  6. I am sure this piece of writing has touched all the internet users, its really really nice paragraph on building up
    new webpage.

    Here is my homepage vakantiehuisje frankrijk

    ReplyDelete
  7. Thank you for the good writeup. It in fact was a amusement account it.
    Look advanced to more added agreeable from you!
    However, how can we communicate?

    Feel free to visit my web-site ... france villa holidays 2013

    ReplyDelete
  8. Thanks very interesting blog!

    Look at my web blog luxe vakantiehuizen

    ReplyDelete
  9. Hey there just wanted to give you a quick heads up.
    The words in your article seem to be running
    off the screen in Chrome. I'm not sure if this is a formatting issue or something to do with browser compatibility but I thought I'd post to let you know.

    The design and style look great though! Hope you get the problem
    solved soon. Cheers

    my weblog; luxe villa frankrijk

    ReplyDelete