Saturday 24 December 2011

Usiko ne Dlozi no Kholo (Christianity)

Ngicabanga ukuthi Amadlozi namasiko niyakuphambanisa..imvamisa uma kukhulunywa ngamasiko sifaka amadlozi, nokuyizinto ezicishe zithi ukuhlukana, isibonelo:..
IDLOZI: ukukhonza, ngokokushiwo: ukukhonza uNkulunkulu sisebenzisa abantu asebadlula emhlabeni, kanti...
AMASIKO: imikhuba eyayenziwa kuqala ngokhokho. lokhu-ke ekugcineni sekusho ukufana..yingakho uthola izindawo ngezindawo isiko lakhona lihlukile ekwenzeni izinto kepha ukukhonza uNkulunkulu ngedlozi kube kufana, nokungukuthi ushisa impepho ukhulume nasebelele


Thina bantu sesilahle ubuthina ngenxa yenkolo, nithi amadlozi usathane futhi ngeke nikholelwe entweni efile noma kumuntu ofile, kodwa ke okuxakayo ukuthi thina futhi esithi asikholelwa kubantu abafile sikhonza uJesu, nithandaza ku Mariya abantu asebafa laba, sebengamadlozi, ngoba sebadlula emhlabeni.Kodwa ke sekwaba usiko ukuthi uma ngicela okuthize kuNkulunkulu ngizocela ngoJesu kube uyena odlulisa umyalezo phambil, namadlozi ngokunjalo ngizoshisa imphepho ngicele kokhokho bona bese bedlulisa umyalezo. uma mina ngishisa imphepho emsamo ngikhuluma nabakithi, lokho akuchazi ukuthi sengiyabakhonza kodwa ngicela ngabo indlela yenqubekela phambili, uma ngiya esontweni ngaguqa ngecele kuJesu no mariya no Abraham etc impumelelo. shuthi ngamanye amazwi akusilungeleke ukunkonza no kukhuleka ku Jesu ngoba uyidlozi..




Khumbula ukuthi phambilini before uJesu yayingekho lento eseniyibiza nge Christianity, loluhlobo lokholo laqala emva kuka Jesu, ngesenzo sokukhumbula uJesu.


Ngokubona kwami abantu abaningi, bathi uma sebesindisiwe bese beyekela amasiko abo esintu. Kanti phela isintu sethu kasoni lutho futhi kasisonisi enkolweni yethu. Ngikusho lokhu ngoba asibakhonzi abakithi (Amadlozi) asebalala kodwa siyabazisa. Noma bengasekho siyabazisa ngoba sikholwa ukuthi bayizingelosi zethu ezisondele kuSomandla. Lona ngumbono wami. Masiwazise amaSiko ethu kawasonisi kuMdali ngaphandle uma ukhonza isiko lakho ulenza unkulunkulu. khumbula phela ukuthi UNkulunkulu unguNkulunkulu onomhawu ongafuni ulkuba sikhonze abanye onkulunkulu. Masakhe isizwe sethu siqhubeke phela nobuKristu bethu. 
Thina bantu ngaphambi kokuba kufike ondlebe zikhanya ilanga sasivele sinendlela yethu yokukhuluma noMvelinqange.


Webantu bakithi ngithi kini ngiwu Themba Radebe, ningawahli amasiko enu ngenxa yenkolo yenu yamanje.
Abantu bayashintsha, ziyofa izinsiwa kusale izibongo kodwa ke usiko alusoze lwashintsha.



I’m stuck between my culture and civilization I have to choose between my roots and the fruits I produced


But these fruits are results of thee roots and these roots were made for these fruits …
So which do I choose do I enjoy these pleasures of my labour and forget about who I am or do I stick to me and waste the fruits of my hard labour
I am but am no longer





Ngaybonga mina

9 comments:

  1. Eish wangikhumbuza oNkomo osaka lemdudla, Saka leyipikile.Omafinya ngolimu! Ehlezi esho ukuthi isikho lakho ungalilahli liveza indabuka yakho.

    ReplyDelete
  2. I’m stuck between my culture and civilization I have to choose between my roots and the fruits I produced


    But these fruits are results of thee roots and these roots were made for these fruits …
    So which do I choose do I enjoy these pleasures of my labour and forget about who I am or do I stick to me and waste the fruits of my hard labour
    I am but am no longer. I love this part ngoba nami ngibhekene nalokhu okusho lana. so wena uphetha ngokuthini Themba

    ReplyDelete
  3. It's actually a great and helpful piece of information. I'm satisfied
    that you shared this useful information with us. Please stay us informed like this.

    Thank you for sharing.

    Also visit my webpage; calculate waist To Height ratio

    ReplyDelete
  4. Now you can Select Wipe Data or Factory Reset by pressing the Volume buttons to go
    up or down and the Home button to select options.
    The application Execution Environment provides an
    interface for application programming. You may be able to find systems that are priced at a much lower level than that but you want to be careful
    of counterfeit systems that may not work as well as you would expect them to.


    Here is my blog; samsung galaxy s4

    ReplyDelete
  5. Our online software guides you through setup, and our
    live customer support team is available if you need help.
    Some of the best apple models which are gaining popularity and which are driving the people
    crazy include Mac - Book Pro and Mac - Book Air.
    It was a great investment and I found that it's better to not sweat the small stuff.

    Review my web-site; mac book air

    ReplyDelete
  6. Impressive pages can now be created using interaction, animation
    and video streaming. Check out these top picks from the heavyweights in the tablet industry, Google,
    Amazon and, of course, Apple. 65 inches Super AMOLED
    capacitive touchscreen run by 16 million colors.


    Feel free to surf to my blog :: nexus 7 tablet

    ReplyDelete
  7. It is a GPS Smartphone and enabled with A-GPS with Google Maps allowing you to
    navigate through your city, or an unknown one, with ease. All
    the daily soap operas and movies can be seen on it with utmost perfection because
    it present videos with the frequency of 720p, having resolution
    power as 2048x1536 pixels. Here's why:Insulting advertising - I don't just mean
    the old ads that slam Apple fans (everyone bashes on Apple
    fans these days).

    Have a look at my page samsung galaxy s3

    ReplyDelete
  8. The maintenance free batter operated fan operates at two
    speeds and clips anywhere. Fadell has worked with Steve Jobs for several years and architected Apple's i - Pod and the first few versions of the i - Phone, some of the most successful consumer electronics products in our time. Programmable thermostats are just the latest wave of new technology in the HVAC field.

    Also visit my website :: nest thermostat review

    ReplyDelete
  9. Even though there are only 19 focal points, as opposed to Nikon's 39, the quality is still unparalleled. Red lights can be tricky but can be made to look good if you're careful.
    But there are only a few that put out top quality cameras.


    Also visit my web-site ... canon 6d review

    ReplyDelete